by
Hon NP Msimango MPL, KZN Legislature
It is that time of the year when most South Africans take time off to spend quality time with their families. It is a time when our roads are busiest. The IFP wishes all South Africans a safe, rewarding and fulfilling Christmas and New Year. Let us take this time to spread the spirit of goodwill and friendship. We also encourage road users to be careful and think of others. Let us take responsibility and reduce the already high carnage on our roads.
We are grateful to those who will be serving in the essential services sectors such as soldiers, police, ambulance personnel and medical staff at hospitals and clinics. They will be away from their families in order to provide vital services to the public at large while others are on holiday. Let the timeless values of goodwill and compassion guide and inspire everyone.
Lesi akusona isikhathi sokusaphaza imali budlabha ezintweni ezingenasidingo. Ngakhoke ngiyafisa ukunxusa umphakathi ukuthi usebenzise imali yawo ezidingweni ezibalulekile njengokuqala kuthengwe izinto zesikole kanye nemali yokubhalisa esikoleni. Kuyihlazo ukubona abantu begijima beya komashonisa uma sekuqala unyaka beyoboleka izimali ezizalayo ukuze bahlangabezane nezidingo zokuqala konyaka ngenxa nje yokungakwazi ukuhlela kahle kusenesikhathi. Abazali abaqotho ilabo abakwaziyo ukuhlelela ikusasa lezingane zabo ngendlela efanele.
Asingene sonke onyakeni omusha siphephile futhi siphilile. Asijabule sizibheke ngokuthi sehlise ophuzweni oludakayo ukuze kunciphe izingozi zomgwaqo.
Ngiyathokoza.