BY
HON MRS TP MTHETHWA IFP MPL
24 NOVEMBER 2017, KZN LEGISLATURE
Hon Speaker,
Udaba lokuhlukunyezwa kwabantu besifazane nezingane into okufanele sihlale njalo siyishumayela emiphakathini esiphila kuyona singalindi ukuthi kuze kufike usuku lapho kuqhakanjiswa khona kakhulu ukulwisana nalesihlava. Umkhankaso wokunqanda lesihlava kumele kube into eyenzeka zonke izinsuku zonyaka.
Esikujabulelayo ukuthi izimeya komasipala abaholwa iqembu leNkatha ikakhulukazi zabesilisa zisophondweni ekushumayeleni ivangeli lokuthi kulwiswane nokuhlukunyezwa kwabantu besifazane nezingane. Lokhu zikudidiyela ndawonye nezinhlelo zazo zokuhambela imiphakathi lapho zazisa khona abantu ngemiqulu edidiyelwe yentuthuko.
South Africa continues to be plagued by unacceptably high levels and outrageously brutal forms of violence against its women. And the unfortunate reality is that where women are unprotected, children are equally at risk. The ANC government has entirely abandoned its responsibility to make our country safe for women by not properly addressing issues of gender violence and patriarchy. Our police must investigate cases of missing women and children as soon as the matter is reported – and not wait 24hours.
An intervention is required to revive the family nucleus and the family as the nucleus society. A similar intervention is required in the up-bringing of boys. They must be sensitized and taught to respect the rights of Women.
Kumele bafundiswe abafana ngokuthi endulo abantu babeziphatha kanjani uma kuza ekuhlonipheni abantu besifazane. Namhlanje iningi labafana uma bebona umuntu wesifazane bashiselwa igazi bacabange ukwenza amanyala. Kubalulekile futhi ukuthi singabheki kubantu besilisa kuphela ngoba bakhona nabantu besifazane abahlukumeza abesilisa baze babadlwengule impela. Nabo kumele bapheze ukwenza lomkhuba ngoba isikhathi esiningi udalwa ukuthi nabo uma kwenzeka bebuka owesilisa othile bese beba nemicabango engalungile yokuthi babadlwengule.
We must erode the cultural and collective support for violence found among many men and boys and replace them with norms of consent, sexual respect and gender equality.
Inkatha Freedom Party believes that there is an urgent need to engage everyone men, women and children to change attitudes in order to address a national crisis of violence against women and children. Without a change of attitudes this country is fighting a losing battle.
Why can’t we as a nation sit down with various agencies associated with the prevention of violence against women such as policy makers, activists, advocates and government to tackle this issue as a nation? Such an initiative will see a reduction in the violence that is plaguing our nation. We need to change the mind sets of people so that violence against women and children becomes something of the past.
We cannot continue to live constantly under siege and exist in communities where we are not all enjoying the fruits of our constitutional democracy. I’m calling all people to stand up and speak out against the violence. Men need to stand up too and say that violence against women and girls is not acceptable – in institutions and in the whole of our country. If we want to end the cycle of violence against women then we must begin to tackle and challenge the behaviours we expect from both men and women.And changing violent behaviours starts with changing attitudes.
The IFP therefore proposes that Treasury, through the Department of Social Development, considers increasing funding for NGOs.
Impi yokulwisana nodlame olubhekiswe kubantu besifazane impi yethu sonke okumele sibambisane silwisane nayo. Kufanele siphinde sivikele nalabo abaphila nokukhubazeka ngoba abakwazi ukuzivikela ngenxa yesimo sabo sempilo abakuso. Abanye abakwazi ngisho ukubika uma bezwa ubuhlungu noma behlukunyezwa noma ngayiphi indlela ngakhoke wonke amalungelo abantu kumele ahlonishwe ngaphadle kokukhetha iphela emasini.
Ngiyabonga